2 Usamuweli 17:23 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Lapho u-Ahithofeli ebona ukuthi isiluleko sakhe asilandelwanga, wayibophela imbongolo yakhe, wasuka, waya ekhaya emzini wakhe, wayala ngendlu yakhe, waziphanyeka, wafa, wembelwa ethuneni likayise.

2 Usamuweli 17

2 Usamuweli 17:15-28