2 Usamuweli 16:11 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

UDavide wayesethi ku-Abishayi nakuzo zonke izinceku zakhe: “Bhekani, indodana yami eyaphuma ezibilinini zami ifuna ukuphila kwami; kakhulu kangakanani lo mBenjamini na? Myekeni, athuke, ngokuba uJehova ukhulumile kuye.

2 Usamuweli 16

2 Usamuweli 16:5-14