2 Usamuweli 12:18 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Kwathi ngosuku lwesikhombisa umntwana wafa. Izinceku zikaDavide zesaba ukumtshela ukuthi umntwana ufile, ngokuba zathi: “Bhekani, umntwana esezwa sakhuluma kuye, akalalelanga izwi lethu; pho, singamtshela kanjani ukuthi umntwana ufile? Angenza ingozi.”

2 Usamuweli 12

2 Usamuweli 12:9-28