2 Usamuweli 10:2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

UDavide wathi: “Ngiyakumenzela umusa uHanuni indodana kaNahashi, njengalokho uyise angenzela umusa.” UDavide wayesethuma ngesandla sezinceku zakhe ukumduduza ngoyise. Zafika-ke izinceku zikaDavide ezweni labantwana bakwa-Amoni.

2 Usamuweli 10

2 Usamuweli 10:1-9