2 Usamuweli 10:18 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ama-Aramu abaleka phambi kuka-Israyeli; uDavide wabulala kuma-Aramu izinqola ezingamakhulu ayisikhombisa nabamahhashi abayizinkulungwane ezingamashumi amane, wamshaya uShobaki induna yempi yabo, wafela khona lapho.

2 Usamuweli 10

2 Usamuweli 10:16-19