UDavide wayesethi kuye: “Bekunjani na? Ake ungitshele.”Wathi: “Abantu babalekile empini, nabantu abaningi bawile, bafa; oSawule noJonathani indodana yakhe bafile nabo.”