2 Kwabasethesalonika 3:1-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Elokugcina, bazalwane, sikhulekeleni ukuba izwi leNkosi likhawuleze, lidunyiswe, njengalokhu kunjalo nakini,

2. nokuba sikhululwe kubantu abadukileyo nababi; ngokuba ukukholwa akusikho okwabo bonke.

3. Kepha iNkosi ithembekile, eyakuniqinisa, inilondoloze komubi.

4. Siyethemba eNkosini ngani ukuthi lokhu esiniyala ngakho niyakwenza nokuthi nizakukwenza.

5. Kepha iNkosi mayiqondise izinhliziyo zenu othandweni lukaNkulunkulu nasekubekezeleni kukaKristu.

2 Kwabasethesalonika 3