2 Kwabasekorinte 13:4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ngokuba noma wabethelwa esiphambanweni ngobuthakathaka, nokho uyaphila ngamandla kaNkulunkulu. Ngokuba nathi sibuthakathaka kuye, kodwa sizakuphila kanye naye ngamandla kaNkulunkulu ngakini.

2 Kwabasekorinte 13

2 Kwabasekorinte 13:1-13