2 Kwabasekorinte 12:6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ngokuba noma bengingathanda ukuzibonga, bengingezukuba yisiwula; ngokuba bengizakube ngikhuluma iqiniso, kepha ngiyayeka, funa umuntu acabange ngami okungaphezu kwalokho angibona ngiyikho nakuzwayo kimi.

2 Kwabasekorinte 12

2 Kwabasekorinte 12:1-10