2 Kuthimothewu 3:1-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kepha yazi lokhu ukuthi ezinsukwini zokugcina kuzakuvela izikhathi ezinzima;

2. ngokuba abantu bazakuba ngabazithandayo, nabathandimali, nabazigabisayo, nabazidlayo, nabahlambalazayo, nabangalaleli abazali, nabangabongiyo, nabahlazisayo,

3. nabangenaluthando, nabahlebi, nabangazithibi, nabangenabumnene, nabangathandi okuhle,

4. nabakhapheli, nabanamawala, nabakhukhumele, nabathanda injabulo kunokuthanda uNkulunkulu,

2 Kuthimothewu 3