2 Izikronike 6:1-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Khona wakhuluma uSolomoni, wathi: “UJehova ushilo ukuthi uyakuhlala esigayegayeni.

2. Kepha ngikwakhele indlu yokuhlala, indawo yokuhlala kwakho kuze kube phakade.”

3. Inkosi yayisiphenduka, yalibusisa lonke ibandla lakwa-Israyeli, lonke ibandla lakwa-Israyeli lalimi.

4. Yathi: “Makabongwe uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli owakhuluma ngomlomo wakhe kuDavide ubaba, ukugcwalisile ngesandla sakhe, ethi:

2 Izikronike 6