2 Izikronike 34:33 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

UJosiya wazisusa zonke izinengiso emazweni onke akwa-Israyeli, wenza ukuba bonke abafunyanwa kwa-Israyeli bakhonze, bamkhonze uJehova uNkulunkulu wabo. Zonke izinsuku zakhe abasukanga ekumlandeleni uJehova uNkulunkulu wawoyise.

2 Izikronike 34

2 Izikronike 34:25-33