2 Izikronike 34:27 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

ngenxa yokuba inhliziyo yakho yayithambile, wazithoba phambi kukaNkulunkulu ekuzweni kwakho amazwi akhe ngale ndawo nangabakhileyo kuyo, yebo, wazithoba phambi kwami, waziklebhula izingubo zakho, wakhala phambi kwami, mina ngikuzwile, usho uJehova.

2 Izikronike 34

2 Izikronike 34:19-33