2 Izikronike 32:21 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

UJehova wathuma ingelosi eyanquma onke amaqhawe anamandla, nabaholi, nezinduna ekamu* lenkosi yase-Asiriya. Yayisibuyela ezweni layo ijabhile. Isingenile endlini kankulunkulu wayo, ababephume ezibilinini zayo bayibulala khona ngenkemba.

2 Izikronike 32

2 Izikronike 32:14-26