Inani leminikelo yokushiswa elalethwa yibandla laliyizinkunzi ezingamashumi ayisikhombisa, nezinqama eziyikhulu, namawundlu angamakhulu amabili; konke lokhu kwakungokomnikelo wokushiswa kuJehova.