2 Izikronike 29:30 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

UHezekiya inkosi nezikhulu bawayala amaLevi ukumdumisa uJehova ngamazwi kaDavide nangaka-Asafa umboni. Badumisa ngokuthokoza, bakhothamisa amakhanda abo, bakhuleka.

2 Izikronike 29

2 Izikronike 29:28-36