2 Izikronike 29:25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Wawamisa amaLevi endlini kaJehova ephethe amasimbali,* nezingubhu, namahabu* njengesiyalezo sikaDavide nesikaGadi umboni wenkosi nesikaNathani umprofethi, ngokuba isiyalezo sasingesikaJehova ngesandla sabaprofethi bakhe.

2 Izikronike 29

2 Izikronike 29:23-29