2 Izikronike 26:13 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Phansi kwezandla zabo kwakukhona impi enamandla eyizinkulungwane ezingamakhulu amathathu nezinkulungwane eziyisikhombisa namakhulu ayisihlanu, eyalwa ngamandla amakhulu ukuba isize inkosi ezitheni.

2 Izikronike 26

2 Izikronike 26:10-22