2 Izikronike 25:27-28 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

27. Kusukela esikhathini u-Amasiya aphambuka ngaso ekumlandeleni uJehova bamenzela ugobe eJerusalema; wabalekela eLakishi, kepha bathumela bamlanda eLakishi, bambulala khona.

28. Bamthwala ngamahhashi, bammbela koyise emzini wakwaJuda.

2 Izikronike 25