2 Izikronike 21:20 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Wayeneminyaka engamashumi amathathu nambili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyisihiyagalombili eJerusalema, wamuka engakhalelwanga muntu; bammbela emzini kaDavide, kepha kungesemathuneni amakhosi.

2 Izikronike 21

2 Izikronike 21:16-20