2 Izikronike 13:3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

U-Abiya waqala ukulwa enempi yamaqhawe anamandla, abantu abakhethiweyo abayizinkulungwane ezingamakhulu amane, kepha uJerobowamu wahlela ukulwa naye enabantu abakhethiweyo abayizinkulungwane ezingamakhulu ayisishiyagalombili, bengamaqhawe anamandla.

2 Izikronike 13

2 Izikronike 13:2-4