2 Amakhosi 9:36-37 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

36. Babuya, bamtshela. Wathi: “Nanti izwi likaJehova owalikhuluma ngesandla senceku yakhe u-Eliya waseThishibi, ethi: Esiqeshini sezwe laseJizreyeli izinja ziyakuyidla inyama ka-Izebeli;

37. isidumbu sika-Izebeli siyakuba njengomquba ebusweni bomhlaba esiqeshini sezwe laseJizreyeli ukuba bangasho ukuthi: ‘Nangu u-Izebeli.’ ”

2 Amakhosi 9