Induna inkosi eyencika esandleni sayo yaphendula umuntu kaNkulunkulu, yathi: “Bheka, uma uJehova enza amafasitele ezulwini, le nto ingenzeka kanjani na?”Wathi: “Bheka, uyakukubona ngamehlo akho, ungadli kukho kodwa.”