2 Amakhosi 4:42 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Kwavela umuntu waseBali Shalisha, walethela lo muntu kaNkulunkulu ukudla kolibo, izinkwa zebhali* ezingamashumi amabili nezikhwebu ezintsha zamabele enqalathini yakhe. Wathi: “Banike abantu ukuba badle.”

2 Amakhosi 4

2 Amakhosi 4:39-44