2 Amakhosi 15:5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

UJehova wayishaya inkosi, yaba ngonochoko kwaze kwafika usuku lokufa kwayo, yahlala endlini eyahlukanisiweyo. UJothamu, indodana yenkosi, wayephezu kwendlu ahlulela abantu bezwe.

2 Amakhosi 15

2 Amakhosi 15:1-11