2 Amakhosi 14:23 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ngomnyaka weshumi nanhlanu ka-Amasiya indodana kaJowashi, inkosi yakwaJuda, uJerobowamu indodana kaJowashi, inkosi yakwa-Israyeli, waba yinkosi eSamariya, wabusa iminyaka engamashumi amane nanye.

2 Amakhosi 14

2 Amakhosi 14:20-29