2 Amakhosi 13:7 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ngokuba akashiyanga abantu kuJehowahazi, kuphela abamahhashi abangamashumi ayisihlanu, nezinqola eziyishumi, nemigundatshani eyizinkulungwane eziyishumi, ngokuba inkosi yase-Aramu yabachitha, yabenza baba njengothuli ekubhuleni.

2 Amakhosi 13

2 Amakhosi 13:4-13