2 Amakhosi 10:7-9 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

7. Kwathi incwadi isifikile kubo, bawathatha amadodana enkosi, bawabulala, abantu abangamashumi ayisikhombisa, babeka amakhanda awo emaqomeni, bawathuma kuye eJizreyeli.

8. Kwafika isithunywa, samtshela ukuthi: “Balethile amakhanda amadodana enkosi.”Wathi: “Wabekeni abe yizinqwaba ezimbili ngasesikhaleni sesango kuze kube sekuseni.”

9. Kwathi ekuseni waphuma, wema, wathi kubantu bonke: “Nina nilungile; bhekani, mina ngenzele inkosi yami ugobe, ngayibulala, kepha ngubani ogence bonke laba na?

2 Amakhosi 10