1 Usamuweli 8:20-22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

20. ukuze nathi sibe njengezizwe zonke, inkosi yethu isahlulele, iphume phambi kwethu, ilwe izimpi zethu.”

21. USamuweli wezwa onke amazwi abantu, wawalanda ezindlebeni zikaJehova.

22. UJehova wathi kuSamuweli: “Lalela izwi labo, ubanike inkosi.”USamuweli wathi kubantu bakwa-Israyeli: “Hambani niye, kube yilowo nalowo emzini wakini.”

1 Usamuweli 8