1 Usamuweli 30:22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Base bethatha bonke abantu ababi nabonakeleyo kulabo ababehamba noDavide, bathi: “Njengokuba bengahambanga nathi, asiyikubanika lutho empangweni esiyikhululile, kuphela ukuba yileyo naleyo ndoda inikwe umkayo nabantwana bayo, bamuke nabo, bahambe.”

1 Usamuweli 30

1 Usamuweli 30:15-23