1 Usamuweli 29:8 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

UDavide wathi ku-Akhishi: “Kepha ngenzeni na? Ufumeneni encekwini yakho, kusukela osukwini engaba phambi kwakho ngalo kuze kube namuhla, ukuba ngingayi ukulwa nezitha zenkosi yami, inkosi, na?”

1 Usamuweli 29

1 Usamuweli 29:1-11