1 Usamuweli 29:3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Zase zithi izikhulu zamaFilisti: “Ayini lawa maHeberu na?”U-Akhishi wathi kuzo izikhulu zamaFilisti: “Akusiye uDavide inceku kaSawule inkosi yakwa-Israyeli okade enami kulezi zinsuku nakule minyaka na? Angifumananga lutho kuye selokhu ahlubuka weza kimi kuze kube namuhla.”

1 Usamuweli 29

1 Usamuweli 29:1-7