1 Usamuweli 28:15 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

USamuweli wathi kuSawule: “Unginyakaziselani ukuba ungenyuse na?”USawule waphendula wathi: “Ngihluphekile kakhulu, ngokuba amaFilisti ayalwa nami; uNkulunkulu ungishiyile, akasangiphenduli nangabaprofethi nangamaphupho; ngalokho ngikubizele ukuba ungazise ukuthi ngiyakwenze njani.”

1 Usamuweli 28

1 Usamuweli 28:9-23