1 Usamuweli 20:9-11 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

9. UJonathani wathi: “Makube kude nawe, ngokuba uma bengazi nakanci ukuthi kunqunywe okubi ngubaba ukuba wehlelwe yikho, bengingayikukutshela na?”

10. UDavide wayesethi kuJonathani: “Ngubani oyakungitshela, uma mhlawumbe uyihlo ekuphendula kabi na?”

11. UJonathani wathi kuDavide: “Woza siye endle.” Baphuma bobabili, baya endle.

1 Usamuweli 20