1 Usamuweli 14:24 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Abantu bakwa-Israyeli babecindezelwa ngalolo suku, kepha uSawule wafungisa abantu, wathi: “Makaqalekiswe umuntu odla ukudla kungakahlwi, ngingakaziphindiseli ezitheni zami.” Akwabakho muntu owezwa ukudla.

1 Usamuweli 14

1 Usamuweli 14:19-31