1 Usamuweli 11:15 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Bonke abantu baya eGiligali, bambeka khona uSawule waba yinkosi phambi kukaJehova eGiligali; bahlaba khona imihlatshelo yeminikelo yokuthula phambi kukaJehova; uSawule nabo bonke abantu bakwa-Israyeli bathokoza kakhulu khona.

1 Usamuweli 11

1 Usamuweli 11:5-15