1 Kwabasethesalonika 4:1 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Elokugcina-ke, bazalwane, siyaninxusa, siyaniyala ngeNkosi uJesu ukuba njengalokho nakwamukela kithi ukuthi nifanele ukuhamba nokumthokozisa kanjani uNkulunkulu, njengalokho nihamba kanjalo, manivame kakhulu kulokho.

1 Kwabasethesalonika 4

1 Kwabasethesalonika 4:1-3