1 Kwabasekorinte 5:12-13 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. Ngokuba nginandabani nokwahlulela abangaphandle na? Nani anahluleli abangaphakathi na?

13. Kepha uNkulunkulu uyakwahlulela abangaphandle. Xoshani omubi phakathi kwenu.

1 Kwabasekorinte 5