1 Kwabasekorinte 10:13 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Anifikelwanga ukulingwa okungenjengokwabantu; kepha uNkulunkulu uthembekile, ongayikuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu, kepha oyakuthi kanye nokulingwa anenzele indlela yokuphepha, nize nibe namandla okukuthwala.

1 Kwabasekorinte 10

1 Kwabasekorinte 10:8-19