13. Ngokuba u-Adamu wabunjwa kuqala, emva kwalokho u-Eva.
14. Futhi u-Adamu kakhohliswanga, kepha owesifazane wathi ekhohlisiwe, waphambuka;
15. kepha uyakusindiswa ngokuzala abantwana, uma behlala ekukholweni nasothandweni nasebungcweleni kanye nokuqonda.