1 Izikronike 7:29-31 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

29. nangasemikhawulweni yabantwana bakwaManase iBeti Sheyani nemizana yalo, neThahanaki nemizana yalo, neMegido nemizana yalo, neDori nemizana yalo. Kuleyo kwahlala abantwana bakaJosefa indodana ka-Israyeli.

30. Amadodana ka-Asheri: ngoJimna, no-Ishiva, no-Ishivi, noBeriya, kanye noSera udadewabo.

31. Amadodana kaBeriya: ngoHebere noMalikiyeli owayenguyise kaBirizayiti.

1 Izikronike 7