1 Izikronike 6:42-48 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

42. ka-Ethani kaZima kaShimeyi

43. kaJahati kaGereshomu kaLevi.

44. Amadodana kaMerari abafowabo ayengakwesokunene: ngu-Ethani kaKishi ka-Abidi kaMaluki

45. kaHashabiya ka-Amasiya kaHilikiya

46. ka-Amisi kaBani kaShemeri

47. kaMaheli kaMushi kaMerari kaLevi.

48. Abafowabo amaLevi banikelelwa yonke inkonzo yetabernakele* lendlu kaNkulunkulu.

1 Izikronike 6