1 Izikronike 6:11-15 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

11. u-Azariya wazala u-Amariya; u-Amariya wazala u-Ahithubi;

12. u-Ahithubi wazala uSadoki; uSadoki wazala uShalumi;

13. uShalumi wazala uHilikiya; uHilikiya wazala u-Azariya;

14. u-Azariya wazala uSeraya; uSeraya wazala uJehosadaki;

15. kepha uJehosadaki wamuka lapho uJehova ethumba uJuda neJerusalema ngesandla sikaNebukadinesari.

1 Izikronike 6