1 Izikronike 24:26-30 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

26. Amadodana kaMerari: ngoMaheli noMushi; amadodana kaJahaziya: nguBeno.

27. Amadodana kaMerari: ngoJahaziya, noBeno, noShohamu, noZakuri, no-Ibiri.

28. KuMaheli: ngu-Eleyazare, owayengenabantwana.

29. KuKishi, kungamadodana kaKishi: nguJerameli.

30. Amadodana kaMushi: ngoMaheli, no-Edere, noJerimoti. Yilabo ababe ngamadodana amaLevi ngezindlu zawoyise.

1 Izikronike 24