1 Izikronike 24:24-28 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

24. Amadodana ka-Uziyeli: nguMika; emadodaneni kaMika: nguShamiri.

25. Umfowabo kaMika: nguJishiya; emadodaneni kaJishiya: nguZakariya.

26. Amadodana kaMerari: ngoMaheli noMushi; amadodana kaJahaziya: nguBeno.

27. Amadodana kaMerari: ngoJahaziya, noBeno, noShohamu, noZakuri, no-Ibiri.

28. KuMaheli: ngu-Eleyazare, owayengenabantwana.

1 Izikronike 24