1 Izikronike 2:33-36 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

33. Amadodana kaJonathani: ngoPheleti noZaza. Labo babe ngamadodana kaJerameli.

34. Kepha uSheshani wayengenamadodana, enamadodakazi odwa. USheshani wayenenceku, eyaseGibithe, egama layo lalinguJariha.

35. USheshani wanika uJariha inceku yakhe indodakazi yakhe ibe ngumkakhe; wamzalela u-Athayi.

36. U-Athayi wazala uNathani; uNathani wazala uZabadi;

1 Izikronike 2