1 Izikronike 19:2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

UDavide wathi: “Ngiyakumenzela umusa uHanuni, indodana kaNahashi, ngokuba uyise wangenzela umusa.” UDavide wayesethuma izithunywa ukumduduza ngoyise. Zafika-ke izinceku zikaDavide ezweni labantwana bakwa-Amoni kuHanuni ukumduduza.

1 Izikronike 19

1 Izikronike 19:1-12