38. noJoweli umfowabo kaNathani, noMibihari indodana kaHagiri,
39. noSeleki wakwa-Amoni, noNaharayi waseBeroti, udibi lukaJowabe indodana kaSeruya,
40. no-Ira waseJetheri, noGarebi waseJetheri,
41. no-Uriya umHeti, noZabadi indodana ka-Ahilayi,
42. no-Adina indodana kaShiza wakwaRubeni, inhloko yakwaRubeni, enabangamashumi amathathu,
43. noHanani indodana kaMahakha, noJeshoshafati umMiteni,
44. no-Uziya wase-Ashitaroti, noShama noJehiyeli amadodana kaHothamu wase-Aroweri,
45. noJediyayeli indodana kaShimri, noJoha umfowabo umThisi,