1 Izikronike 11:33-47 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

33. no-Azimaveti waseBaharumi, no-Eliyaba waseShahaliboni,

34. namadodana kaHashemi waseGizoni, noJonathani indodana kaShage waseHarari,

35. no-Ahiyamu indodana kaSakri waseHarari, no-Elifali indodana ka-Uri,

36. noHeferi waseMekeri, no-Ahiya wasePheloni,

37. noHesiro waseKarmeli, noNaharayi indodana ka-Ezibayi,

38. noJoweli umfowabo kaNathani, noMibihari indodana kaHagiri,

39. noSeleki wakwa-Amoni, noNaharayi waseBeroti, udibi lukaJowabe indodana kaSeruya,

40. no-Ira waseJetheri, noGarebi waseJetheri,

41. no-Uriya umHeti, noZabadi indodana ka-Ahilayi,

42. no-Adina indodana kaShiza wakwaRubeni, inhloko yakwaRubeni, enabangamashumi amathathu,

43. noHanani indodana kaMahakha, noJeshoshafati umMiteni,

44. no-Uziya wase-Ashitaroti, noShama noJehiyeli amadodana kaHothamu wase-Aroweri,

45. noJediyayeli indodana kaShimri, noJoha umfowabo umThisi,

46. no-Eliyeli umMahavi, noJeribayi noJoshaviya amadodana ka-Elinahama, no-Itima wakwaMowabi,

47. no-Eliyeli, no-Obede, noJahashiyeli umMesoba.

1 Izikronike 11