1 Amakhosi 9:3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

UJehova wathi kuye: “Ngiwuzwile umkhuleko wakho nokunxusa kwakho onxuse ngakho phambi kwami; ngiyingcwelisile le ndlu oyakhileyo ukuba ngibeke khona igama lami kuze kube phakade; amehlo ami nenhliziyo yami kuyakuba khona izinsuku zonke.

1 Amakhosi 9

1 Amakhosi 9:1-9